Umphefumulo wami

Umphefumulo wami wami uyayitusa iNkosi.

Umoya wami uyesasa ngoNkulunkulu uMsindisi wami

Ngoba ubheke ubuphansi bencekukazi yakhe;
bheka,kusukela manje izizukulwane zonke ziyakuthi ngibusisiwe.

Ngokuba uSomandla ungenzele okukhulu, liyingcwele igama lakhe.

Uhawukela abamesabayo, izizukulwane ngezizukulwane zabo.

Wenze okunamandla ngengalo yakhe,
wachitha abazikhukhumezayo ekuzindleni kwezinhliziyo zabo.

Abanamandla wabawisa esihlalweni sabo sobukhosi, waphakamisa abathobileyo.

Abalambileyo wabasuthisa ngokuhle, wancisha abacebileyo.

Uthe ngokukhumbula umusa wakhe wasiza umuntuwakhe ulsrael.

Njerngakushoyo kokhokho bethu, kuAbraham nenzaloyakhe yanini nanini.

Udumo alube kuYise beneNdodana noMoya Ocwebileyo.

Njengokuba kwakunjalo ekuqaleni kusenjalo namanje,
kuyakuba njalo sonk’ isikhathi naphakade.

Amen.

Woza, woza Nkosi

24/11/2024