Nangu umana
Nangu umana onobumnandi obuphindiweyo
Sondelani maKristo sidl’ ukudla kuvela ezulwini.
Tabathani nonke nakukudla kwenu kuyisipho somsindisi.
Lokhu kudla makholwa kubonakalisa futhi uthando olungapheliyo.
Binelang Morena