Busuku obuhle

Busuku obuhle obasilethela uJesu iNkosi,umHlengi wesintu. Ozelwe emzini eBethlema. E! kwabalusayo ngalobo busuku kwafik’ ingelosizivel’ ezulwini, zihuba, zibonga iNkosi, uJesu. Besab’ abelusi bebon’ ingelosi; bath’ ukuba bezweilizwi elihle, base bejabula, babonga iNkosi. Wozani makholwa, masize kuJesu: musan’ ukwesabaukuza kuyena, Ogcwele uthando nomusa […]

Tusan’ iNkosi

Tusan’ iNkosi! Ngobakuzelwe umHlengi wesintuEsamthenjiswa iNkos’ ephezulu. Yen’ uSomandla usengumntwanyanaongena lutho, ompofu njengathiNina makholwa wozani sisheshe,size kumbona olel’ emkhombeni. Asimdumise, simtuse sithi: E! Jesu Nkos’! Tusan’ iNkosi’! Nans’ iNdodana yeNkos’ ephezulu, isemkhombeni incane, imnene.Naz’ ingelosi zivel’ ezulwiniziyihubela iNkosi uJesuMayidunyiswe, iNkos’ ephezulu,kube uxolo […]

Umphefumulo wami

Umphefumulo wami wami uyayitusa iNkosi. Umoya wami uyesasa ngoNkulunkulu uMsindisi wami Ngoba ubheke ubuphansi bencekukazi yakhe; bheka,kusukela manje izizukulwane zonke ziyakuthi ngibusisiwe. Ngokuba uSomandla ungenzele okukhulu, liyingcwele igama lakhe. Uhawukela abamesabayo, izizukulwane ngezizukulwane zabo. Wenze okunamandla ngengalo yakhe, wachitha abazikhukhumezayo ekuzindleni kwezinhliziyo […]

Zulu Hymns – Thematic

Awokungena Jesu nampa thin’ abakho Ngokubhabhadiswa Banenhlanhla Awokuzisola ngezono E!Nkosi Mdali wethu Ngahlubuka kuwe Shwele, Jesu, Wo! Sonile Nkulunkulu ngedukile Awokuyisa izipho Jesu Ngiyinika wena E! Jesu Nkos’ Awokunikela Ngenhliziyo yonke yethu E! Nkosi yihl’uvume E! Nkulunkulu Nkosi Awokwamukela Asituse Umsindisi E! […]

Ngikuthembisa Nkulunkulu 

Ngikuthembisa Nkulunkulu phambi kweBandla lonke.  Ngithi: ngokhonza wena Nkosi, ngib’ umntanakh’ omuhle. E! Jesu wami ngiyabonga, ngob’ ungiyise eBandleningaze ngakholwa kuwe. Ngizolalel’ iBandla lakho elikubambeleyo,elitshengis’ indlel’ eyiyo eya kuwena Jesu.Ngobambelela kulo njalo, ngingahlukani nalo neze,ngize ngifele kulo. Wangamukela ngobubele, ngab’ umntanakho, Jesu;ake ungiphephise njalo ezingozini zonke. E! Jesu Mhlengi wam’ omuhle, akungilonde […]

Jesu nampa

Jesu nampa thina bakho size emiseni lapho uphinda uhlabiso wasonqamlezweni. Size kukhuleka baba nkulunkulu wethu sizethule kuwe nkosi nathi uqobo lwethu. Sizovuma phambi kwakho amacala ethu ngokwethemba umusa wakho nesihawu sakho. Sizobonga kuwe nkosi konke osipha kona lomhlabiso udlula konke ongabongwa ngako. […]

isiZulu Hymns

Thematic A Abantwana BamaHebheru Akatusw’ uBaba wethu Amandla kaJosef AmaSakrament’ aNgcwele Asituse Umsindisi Asiye eBethlehema B Baba Nkosi yaphezulu Baba wethu waphezulu Babusisiwe Bandla elikulo lonke Bandla mtuse Banenhlanhla Bheka nans’ iNkosi Bhek’ uyeza emafini Bongan’ iNkosi! Busuku obuhle E E! Bandla […]

Sengikubingelela

Sengikubingelela, Maria ocwebile. Wen’ onhliziyo yakho, imhlophe njengeliqhwa. Virigo mbali enhle, emhlophe ecwebile, yenz’ inhliziyo yami icwebe njengeyakho. Izinkanyezi lezo zicwazimula kambe: ubuhle bakho kodwa buzifiphaza zonke. Nkanyezi yasolwandle, ekhanya le phezulu, akungikhanyisele min’ engisemnyameni. : Maria ocwebile, Virigo elimhlophe, udlul’ izingelosi ngobuhle […]

Maria ocwebile

Maria ocwebile, Virigo elimnene, Limnand’ igama lakho. Lisenamisa sonke, ngob’ unguMame wethu omuhle othandwayo. E! Mame onesisa, sivume sib’ abakho: Ak’ usisiz’ ukuba sib’ abantwana abahle, abenz’ okuhle njalo baxway’ izono zonke. Luveze, Mame wethu, uthando olukhulu onalo kithi sonke esing’ abantabakho, […]