- Uncategorized
- Zulu Hymns
Ngathi ngisahamba
Ngathi ngisahamba emhlabeni ngahlalelw’ ithuna lami la. Njengebali eqhakaza namhla, Ngakusasa isibune nya. Ngokunjalo kwangizum’ ukufa Ngisemusha, ngiyingane nje; Kanti qhabo, ngiyaphila futhi, Ngishiyil’ umzimba wodwa la. Sengiphiwe ukuhlal’ okuhle, la ukufa kwahluliwe nya; Sengibong’ iNkosi yaphezulu kanye nengelos’ ekhaya le. Ningakhali […]