- Uncategorized
- Zulu Hymns
Sondelani samukel’ umzimba
Sondelani samukel’ umzimba woMsindisi siphuze negazi leli elophela thina. Alleluya, alleluya, siyabonga, Nkosi. Sesisindisiwe yiwo lowoMzimba wakhe, sithokoza emoyeni, asibong’ iNkosi. Alleluya… Lo oyiNdodan’ eyodwa esiphila ngaye, wafa esiphambanweni wakunqob’ ukufa. Alleluya… Wanikeiw’ uJesu ngenxa yabo bonk’ abantu. Uye ongonikelayo, uy’ongumnikelo. Alleluya… […]