- Uncategorized
- Zulu Hymns
Vuk’ uvuke
Vuk’ uvuke mphefumulo hlabelela amahubo ubabaze uSomandla uMdabuli wakho konke. Thokoza-ke ujabule ngoba nakhu kusondele isikhathi sokufika koMsindisi walomhlaba. Bheka nansi ingelosi indizela ngasendlini kuMaria eguqile ethandaza ethobile. Yath’ ingena yakhuleka yathi: Yethi onenhlanhla, ngikwazisa okukhulu ngoMsindis’ othenjisiwe. USomandl’ uPhezukonke ehawukel’ abantu […]