- Uncategorized
- Zulu Hymns
Woza Jesu
Woza Jesu, Mhlengi wami wakh’ enhliziyweni yami. Anginakuphila mina la ungekho Jesu wami. Woza, Jesu, Nkosi yami, uzobusa kimi njalo, kuze ngale konk’ okubi, ngenze konk’ okuhie kuwe. E! siphethu sobungcwele, ngicwebise mina soni. Wena sinkwa sokuphila ngiph’ amandla okulunga.